Zulu Series Entertainment
Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Zulu Series Entertainment, Health/Beauty, Durban North.
Bantu betsha, le i company yababhali abaseqopheleni elphezulu, sikhuluma ngabantu abafisa ukuba witho ngelinye ilanga, by Zulu Stories Lwandle Umlobi kanye nethimba lakhe
14/07/2025
💔 UMAMA WANGLAHLA 😭
Season 1
•
Ep2/50📖
By Lwandle Umlobi Zulu Stories .
" Njengoba bengsasho mphathi awfonele abazali bakhe lontwana, okwamanje akabeye classini.
" Ayikho ikinga Mrs Meyer's , wena buyeleclasini ngiyeza khona manje ngizokqondisa." Ethetha u Principal eshungqa phela naye ngangingamsabi.
Angithathe uthisha angbuyisele eclassini, akuphelanga mizuzu eminingi kwangena uthishomkhulu ephethe uswazi.
" Good day class " kubingelela yena uMr Principal ngeszotha.
" Good day sir, we are fine and you sir" kuphendula abafundi baseclassini lapho ngizthulele ngingakhulumi.
" I'm fine you may take a seet" ephendula ngokuzeqhenya.
Kubese kuthulakale eclassini abese aphenduke abheke ngasemuva athi...
" Bafundi kunabafundi laar kuleliclassi abaphula code of conduct yeskole Anele sukuma uze ngaphambili usho ukuthi wenzani laar eskoleni engalungile.
Ngisukume ngiye ngaphambili ngibabuke eclassini, ngibese ngibuka uthishomkhulu ngqo eznhlamvin zamehlo.
Anele: lalela laar principal awngthusi mina ngingakbulala nokukbulala uzongjwayela iyndaba zama simba, nina class asngalinge sibe abangani.
" Haybo lengane, fokof bheka leer " ngithinte ngezandla zami phansi ngishaye u touch your toes, angisho ngoswazi four eznqeni.
" Awunglandele" ethetha, ngiphume naye kuthulekile eskoleni angise kwigumbi elincane elalinyamba ngaphakathi.
" Lalela uzohlala laar" angithinte izingqa zami azebambe akhuphukele ngasebeleni , afake umunwe wakhe kwi 🍑 yami, lapho ngiyambuka .
Anele: suwenzani ker manje principal, Musa ungaqali ( ngimdushele eceleni)
" Lalela akuphelille, ngiyabuya awngazi wena" maqede aphume avale akhiye.
Abuyele ehhovisi lakhe, ashayengathi akwenzakalanga lutho. Kusesontweni lapho ulesthathu u pastor Bhengu ubambe imithingi nelunga lebandla mayelana nezimo zasemakhaya kanti, lapho kukhona noMacele umama kaAnele.
Pastor Bhengu: bazalwane njengoba n**i nani bazalwane izkinga esbhekane nazo emakhaya abanye bethu askwazi ukbhekana nazo kodwa uthi unkulunkulu asiyokweyhlulwaylutho maszaza ngasosonke iskhathi sokubonakala njengengilosi kubantwana bakho.
Macela: baba kowami umuzi kubi, sengfisa nanokphumula bazalwane, ngizgqibe ngenhlabathi ngizngcwabe, ngoba ayikho engiyphila kulomhlaba.
" Aw maCela ungasho njalo ntombi, kanti simbi yini isimo sase khaya.? "Kubuza abazalwane.
Pastor Bhengu: MaCele ungasho kanjalo, inkosi ihlale inathi ngasosonke iskhathi, bazalwane basimbeke izandla simniker umkhuleqo uqinile ovela kuthixo.
Bambeke izandlabamkhulekele.
" Baba sengfisa nanokufa angsakhoni ukuphila umthwalo esenguwthwele usungaphezu kwamandlami, izngane zamanje ziyashlupha, angsazi kumele ngenzeni." Kuzkhalela yena uMacele umbona akasathandi ngo Anele.
Pastor Bhengu: babu nkulunkulu nangu umntwana wenu uyakhala kulukhuni nakuye manje cela umsize, kodwa yay indaba yokucabanga ukuzbulala, nkosi sebebaningi abathathe imphefumulo yabo ngenxa yokuhlushwa izingane, mzalwane kuzodingeka ukuba umlethe enkonzweni, abhabhadiswe.
MaGumede: kodwa nawe maCela uAnele ngeke asalunga uyambona nawe, umthetho owawbeka akawhloniphi futhi akanozijaja , lengane inedimoni.
Macela: ungalinge owami undodakazi uthi unedimoni wena, MaGumede ungazokhuluma izndaba ezingakfuni lungenaphi wena nokuthi ngihlushwa ingane, Mfundisi ngicela ufike ekhaya sengvele nganyanya.( Aphume ngomnyango)
Pastor Bhengu: kodwa nawe MaGumede..?
Lapho kuka Magcingwane uhlezi esgodlweni impepho iyaphaphalaza indodendala eyikhehla isebenza ngabantu la endaweni. Sekushabalale amaksasa ezngane ezningi kwabhidlika imishado kwafa amalunga emindeni abalulekile, umkhulu Magcingwane akadlali ulindele nje ozongene.
Magcingwane: eyy ngiyabona badala uMacele uhlushwa yingane, isazomhlupha, ngoba yena into aydingayo ukuza la kumi ngimnike oqinile umuthi, azovala ngawo lamanyala, phela ingane yakhe ishawa into encane.
Abatikoloshe:( gesiping, ehhamuza kuphela esgodlweni)
Magcingwane : yay ningakhathazeki boshoti bababa ntambama lokhu okhlwayo, niyaqala niyasebenza.
Akhiphe amasi awu 5liter awabeke phansi.
Kuseskoleni sekusondele ngakwizkhathi zokphuma kweskole, lapho uAnele usavalelekile akazi ukuthi enze njani, kusehhovisi lika Principal usabhizi naye ngezinto ezncane, uthe akabafoneli abazali ba Anele into azoyenza yena uzozlungisela.
" ( Ekhuluma efonini) Hello Mr Shazi, no I don't forget your money I will pay you after school.
" Lalela laar wena Principal lemali ngiyayfuna uzobazi abantu wena ngikhuluma nawe nje ngihlezi nonkoskazi wakho, ngiklindile ngizokbulalela wonke imndeni wakho.
" Okay please don't do that, nginesipho ozosthokozela mft ungakwenzi lokho.
" Angfune ma surprise mina har khuluma..
" Ngicela ufike laar eskoleni mase kuhambe wonke umuntu ngifuna senze enyinto encane.
" Kanti uyangbhedela , ngizshaya ngemali mina, wena uthi kwenzenjani keer.
Amane avale ifoni uMr Principal, kuthe kusenjalo ikhale insimbi yokugoduka, lapho kuse classini lika Anele abangani bakhe basahleli badikida loludaba luka Anele.
Sbahle: yayngeke ngiyasola manje mina.
Minenhle: Haybo kodwa ngempela uphi uAnele.?
Aphiwe: yazi kodwa nathi, ithina esenze ukuthi uAnele abanjwe.
Sbahle: ukhuluma wena uyazi ukube kuqhatheke thina ngabe nathi silandwe njengaye.
Sbahle: futhi asiyyeke leer masgoduke..
...
I SERIES ISAQHUBEKA
Ngicela ni like ni follower ni comment bafundi bam bezindaba, nikhumbule lestory sibhalwa u Zulu Stories Lwandle Umlobi usekwi company enkulu eyaziwa nge Zulu Series Entertainment,
Like| Share| Comment
..
📖📖Siyafunda kuphela..
14/07/2025
💔UMAMA WANGLAHLA 😭
Season 1
Ep1..( At the beginning)
Qhawe: wena mama Wanglahla ayikho esizoykhuluma, into ekmele ngiyenze ukubonga oMagcigwane ngokuthi ufike, usaphila, ngoba namhlanje uyafa.
Anele: haybo Qhawe manyalamani lawo ongtshela wona, uyingane yami man, doti, ukuthi susebenza ngokubulala abantu, ngiyazi mntanam,yimi owakwenza intantane bgisaphila mekmele ngijeze angjeze yay kodwa ngalendlela.
Qhawe: Maah ngihlukumezekile ngikhula mina empilweni ungekho wena, kungekho muntu eduze kwami, shuthi vele umkhulu Magcingwane wawfuna angenze leslwane somuntu engiysona namhlanje.
Anele: mntanam ngiyaxolisa, ukuthi ngangsafunda and ngangsaba ukubazisa ekhaya ukuthi ngikhulelwe wena, mntanam ungakwenzi lokhu okucabangayo.
Qhawe: maah ngiyindoda mina manje, usho kabi ker ngoba seku late , Magcingwane the witch, sengikfezile thumela abangani abasebenza ngobunyama esgodlweni.
Anele: Qhawe manje uyenza ngempela lento ( eshawa luvalo)
Qhawe: xola ntombendala futhi sacela uyeke ukungmemeza awngazi angkwazi finish.
Ngalesoskhathi lish*tshe izulu amafu aphenduke abe mnyama, kube nomoya omkhulu endaweni, bangene abathakathi baka Qhawe, kanye nenyoka yakhe.
18 YEARS EARLY..📖...ANELE 🌹
Abazali bam bebezama ngakhokonke ukuba ngilunge kodwa lutho , kube yiskhathi eside ngihlala nendoda yami eyakhetha ukungthanda ngokweqiniso. Igama uAnele ngokwemnyaka ngina 16 years old, ngihlala e Burnville, ngenza ibanga lesishiyagalolunye eFundakahle High School.
Kuseskoleni ekseni uAphiwe uhleli nabangani bakhe ema groundini bayabhema.
Anele: yazi selokhu ngihleli kandoda ngiphila impilo yokuba umama waksasa, phela uNtando ungthembise izulu nomhlaba wathi ngingowakhe ingunaphakade.
uSbahle: Haybo Anele uryt ekhanda, .?
Anele: kanti yini vele ngani bakwethu ngaze ngadlelwa umona.
Sbahle: Cha ukuthi uyangmangaza zololokhu bukade ukhala laar uthi lendodabnyana yakho uybambe ifeba usuthi u ride or die wakho manje .
Minenhle: akukho ryt lo Sbahle uthatha kancane, angazi noma wub sexy bendoda yini lobu ubumenza ahlale khona.
Zihambe izkhathi lapho kusehhovisi lika Principal uAnele ubanjelwe i meeting naye uphakathi.
"We Anele, sekwaba yiskole senu lesi, ufuna abafundi abasemabangeni aphansi benze lento oyenzayo yini ekwenza, ubheme la eskoleni.?
Anele: hawu wena Principal yathandaker vele ukungsukela, mina ngedwa yini intombazane ebhemayo laar eskoleni, ubashiyaphi oSbahle.
" Principal lengane ine attitude idinga i attention too much, yewena sizone
13/07/2025
Sanbonani babukeli bam bezindaba nasi istory esisha kahle hle yi Series uzophuma kumabonakude Ngo 2026, izobe ibhalwa u Stories Lwandle Umlobi, usekwi company enkulu eyaziwa nge..✍️
Series Entertainment.
Ngicela ni like ni follower ni comment, bafundi siyan**isa ukuthi, abafundi abazobe bekulelkhaya ngeke balswele idata lokufunda ama Series azophuma, siyanthanda, futhi sicela nibe nathi until siphume les story kwi Tv..
Bafundi bam bezindaba nasi istory esisha esphumile..
✍️❤️
💔UMAMA WANGLAHLA😭
Season 1
:
This Series is season 1 and it have Episode 1 to 50 ..
By Zulu Series Entertainment
Is with Stories Lwandle Umlobi
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Address
12345
Opening Hours
| Monday | 09:00 - 00:15 |
| Tuesday | 09:00 - 00:05 |
| Wednesday | 09:00 - 17:00 |
| Thursday | 09:00 - 17:00 |
| Friday | 09:00 - 15:15 |
| Saturday | 09:00 - 15:15 |
| Sunday | 09:00 - 14:15 |
