Ntabeni
Ngibingelela emzini omusha wemikhiqizo INTABENI sinalemikhiqizo isiwasho senhlnhla uvulakuvaliwe nezinye
Ngiyanibingelela ntambama ngicela ukukhuluma ngesichitho isichitho sihlukene kaningi ngizokhuluma esenziwa abantu abakufakela ukuba uxanane.nomndeni iminden eminingi ayizwani ngenxa yalezinkinga ngisho umsamu awulungi kahle ubusuku obuhle
Ngiyanibingelela ngiyethemba niyaphila osukwini lanamuhla ngiyacela kesikhulume ngesihloko somuntu owavalwa izinto zakhe ezingalungi ezama engaphumeleli kukhona ukuvalwa ithongo lifuna ukwenzelwa izinto kukhona ukuvalwa umuntu womdeni ophehla amanzi amnyama kukhona ukuvalwa abantu bebona impumelelo yakho zonke lezinto engizibalulile ngenhla uyazihlambulula ugezwe ukuze kusuke isinyama ubususebenzisa izinto zokhuzihlanza bese uyazilapha asibonge
Ngiynibingelela ngithanda ukunazisa ngeNtabeni engiyisungule ngenhloso yokuthi kusizakale umphakathi wonkana
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Folweni
Durban
OK
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Ntabeni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.
