Nali Thuba
Welcome to our page, we provide you with a content that will change you to a better person❤️
25/08/2026
25/08/2026
Anyone looking for a place to Rent around uMhlanga
Contact me: 068 484 8730
17/08/2026
Uhlabeni, niwulawule zingane zakwethu. ‼️
Sise Estcourt, eNtabamhlophe eMvundlweni).
Sicela ukufuniswa umntwana lo osesthombeni igama lakhe uAlondwe Lwandile Hadebe odume ngoLolo,uneminyaka engu14.Uhambe ngolwesihlanu(14/08/2026). Utshele abangani ukuthi uya eThekwini eOrphanage uyohlala khona ngesizathu sokuthi khona into abeyenzile ekhaya esaba ukuthi uzoshaywa kshuthi ubebaleka.It is confirmed ukuthi uyigibelile itekisi eya eThekwini igama lakhe liyavela kuPassengers list udilikile eClermont Rank.
Akanayo ifoni, akakaze avakashe eThekwini,UYAQALA UKULAHLEKA, ebaqala nokuba necala ekhaya.
Uyakhanya ngebala uneShort hair,uhambe ephethe iSchool bag sinempahla zakhe zokugqoka.Icala livuliwe eNtabamhlophe Police station(KwaMshini) naseThekwini selivuliwe.Siyacela syathobeka🙏 noma ubani ongaba nosizo noma omfanisayo esilekelele.
Engathinta umawakhe kulenamba 071 097 9298.
17/08/2026
Sizwe sakithi, isifiso somuntu asingafi uma yena engasekho, wonke umuntu ofisa ukwelula isandla ukuze kuqedelwe umuzi kasi S’cebi nansi i account yasekhaya ongayisebenzisa, Mina njengo Khuzani ngicela imali yami ebengizoyihola kwi Mpucuzeko yakulonyaka iye kule account yonke. Bese sicela uma uphosa ubhale igama lakho ukuze umndeni uzokwazi ukuthi ubani ofaka imali. Uxhaso lwakho lubalulekile, siyacela nakoMacaphuna kusale besukume beme ngezinyawo, labo abazongithinta mina abafuna ukufaka ngizobamemezela lana kuFacebook wami. Uma kuyizinkampani ezifisa ukunikela nanoma ngani, Meterial, furniture, etc zamukalekile
Ngiyabonga.
16/08/2026
Amathole Funerals siyabonga siyathobeka singabalandeli benkosi yamagcokama.
Mfoka Nala siyabonga 🙏
15/08/2026
Thina sibuzwile ubuhlungu angifuni ukungasho angazi sophola nini😭😭😭
15/08/2026
Qina mtaka Mvelase kulesiskhathi
15/08/2026
Phumula Sobhuza! Namhlanje usuku lwakho lokubekwa, niphephe nonke nisesezindleleni.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Telephone
Website
Address
Glenwood
